Search This Blog

Thursday, April 17, 2025

Justice in Good Friday

Sengibonile ukuthi Uma ngibhala ngesingisi ngiloku ngiyavinjwa.Lelisuku usuku uKrestu afa Avuka ngalo.Kunenhlobo  yabantu abangajabuli Uma babona  abanye abantu bajabulile bafuna Zonke izindlela zokubahlukumeza.

Injongo yabahlukumezi
1.Ukufaka ingebhe.
2.Ukuphatha hayi ukubisa.
3.Ukubangumthetho bona qobo lwabo
4.Ukushiya umlando wokuthi babulala abantu abaningi ngokungaze kwabonwa
kusukela kwathi nhlo.

Lababulali baxhaswe ababulali bamazwe amakhulu la emhlabeni.Benza konke nje abafuni ukubuzwa.Uma uthi uvula umlomo  baphenduka inja ebomvu bamise
umdlwembe.

No comments:

Post a Comment

Justice in Good Friday

Sengibonile ukuthi Uma ngibhala ngesingisi ngiloku ngiyavinjwa.Lelisuku usuku uKrestu afa Avuka ngalo.Kunenhlobo  yabantu abangajabuli Uma b...